Blogspot - zuluring.blogspot.com - Zuluring
General Information:
Latest News:
Nzimande 20 Apr 2012 | 10:40 pm
Izithakazelo zakwa-Nzimande Mphephetwa, Mdluli, Ngwekazi, Gwala, Mancama ngesinkw'esikhulu, Wena owasukel'isigodo simuka nomfula uth'inyama, Manda kulandulwa, Vilakazi, Xam'odla ngomsingizane, Mhlandl...
Nyembe 20 Apr 2012 | 10:39 pm
Izithakazelo zakwa-Nyembe Ncamane, Skhandisa samakhosi, Thwala lomzimkhulu, Mnyamande, Mkhont'oduma njengezulu, Ithala lomkhonto lisemaNyamandeni, Nhlangothi zimanxebanxeba, Wena kaMlamulankunzi ungaz...
Ningaphambanisi isiZulu 20 Sep 2011 | 11:01 pm
Iyahlupha lento yokuthi abantu bazame ukushintsha inkulumo yesiNgisi bayise esiZulwini njengoba injalo. Namuhla sekuyaye kuthi uma kukhona umuntu noma umndeni oshonelwe ilunga lawo okanye isihlobo sa...
Mvelase 23 Aug 2011 | 11:23 pm
Izithakazelo zakwa-Mvelase Mthembu, Qhudeni Mvelase, Owavel’eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso, Mvelase kaGuda, Ongawadl’amathibani, Angadl’amathibane indlala ngabe iwile, Mnisi wemvula ilanga libalele,...
Izisho 18 Aug 2011 | 05:16 am
Ngezansi izisho kanye nezincazelo zazo. Isisho Incazelo Ukuba inkomo kunobhutshuzwayo. ∼Ukungakwazi ukudlala unobhutshuzwayo. Ukuba mtshingo ubethwa ngubani ∼Ukuba intandane. Ukuba nenhliziyo e...
Msimango 23 May 2011 | 07:01 pm
Izithakazelo zakwa-Msimango Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa, Wena kaSengama umuntu ngejozi, Wena owehla ngesilulu abafokazane behla ngezinyawo, Pembe kaLokothwayo, Ngelengele!
Msibi 23 May 2011 | 07:00 pm
Izithakazelo zakwa-Msibi Ndlondlo, Mabuya, Guliwe Ndlondl'eyadl'ubulongwe yalibala, Siwela, Gasa!
Msani 23 May 2011 | 06:59 pm
Izithakazelo zakwa-Msani Mtimamnde, Kunene, Majoka, Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka, Madl'uvalo lwengonyama abanye bedl'olwenkomo, Mthantathwa, Mnguni wasOndini, Wena kaNonqewu, Wena kaMgobho...
Mseleku 23 May 2011 | 06:59 pm
Izithakazelo zakwa-Mseleku Duma, Lwandle, Ntenga, Mthombeni!
Msane 23 May 2011 | 06:58 pm
Izithakazelo zakwa-Msane Mtimamnde, Kunene, Majoka, Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka, Madl'uvalo lwengonyama abanye bedl'olwenkomo, Mthantathwa, Mnguni wasOndini, Wena kaNonqewu, Wena kaMgobho...